Igciwane le Covid-19 laba nomthelela omubi kakhulu kubahlali base Ningizimu Afika kanye nasemnothweni wezwe lase Ningizimu Afrika.Ukuqubuka kwegciwane iCovid-19 kwenza ushitsho olukhulu kwaze kwathinteka nomnotho wezwe.Ukusabalala kwaleli gciwane kwaholela ekutheni izwe livalwe,kungabi bikho abavakashela kwezinye izindawo noma abavakashela izwe lase Ningizimu Afrika,kwavala ukuthengiswa nezinye izitolo azangavumeleka ukuba zithengise ukuze kugwenywe ukusabalala kwaleli gciwane.Wonke umuntu waphoqeleka ukuba afake isimfonyo.[1]

Ukulahleka Kwemisebenzi

[hlela | Hlela umthombo]

Uguquko olwenzeka eNingizimu Afrika lwaholela ekutheni abantu balahlekelwe imisebenzi yabo,balahlekelwa nayimali engenayo okwaholela ekutheni umnotho wenzwe wehle kakhulu.Ukuntengantenga komnotho wezwe kwaholela ekutheni abantu bahlaselwe ububha kanye nendlala.Miningi imindeni eyalahlekelwa isikwa ngenxa yokuqubuka kwaleli gciwane.Imindeni eminingi yalahlekelwa izihlobo kanye nabangani.Ukuqubuka kwalesi sifo kwaba nomthelela umubi kakhulu ezweni laseNingizimu Afrika.

Izinkomba

[hlela | Hlela umthombo]
  1. https://africacdc.org