ukuhlola ubuphakuphaku besiqungo sesAlumbe-umGethe neSiphemba Ukuhlolwa kobuphakuphaku bensimbi ecanduliwe buveza Ukulembuluka. Ukulembuluka kuyisimo sobunguxa esivame ukuchaziswa ngokuthi ukunwebeka kwesithako (isb. intambo).[ 1] Ngokwenzululwazi yezithako, ukulembuluka kuchasiswa ngezinga isithako elingamelana nokufacazeka ngaphansi kwengcindezi ngaphambi kokugiba uphondo.[ 2] [ 3] Ukulembuluka kuyinto ebalulekile kwezokungcikisha nasekukhiqizeni. Kuchasisa ukufaneleka kwesithako emigidingweni ethile yokukhiqiza Kanye nomthamo waso wokumunyunga ukugidlazwa kobunguxa.[ 4] Ezinye izinkimbi ezvame ukuchaziswa njengezilumbulukayo zihlanganisa iMbedu nosokhele , kuyilapho iKhazi kuyinkimbi elembuluka kakhulu kunezinye uma icwebile.[ 5] Kodwana, akuzona zonke izinkimbi ezibuekana nokuhluleka Ukulembuluka njengoba ezinye kungathiwa zibhekana > brittle failure like cast iron. Izintshogcezi ngokuvamile zingabhekwa njengezithako ezilembulukayo njengoba zivuma ukufacazeka.[ 6]
Ukugoboyeka , kuyisimo esifanayo sobunguxa, esaziwa ngekhono lesithako lokufacazeka kalula ngaphansi kwengcindezi ebuthazayo.[ 7] [ 8] Ngokomlando, izithako zazithathwa njengezigoboyekayo Uma kwakulula ukuzicandula.[ 1]
↑ 1.0 1.1 Brande, William Thomas (1853). A Dictionary of Science, Literature, and Art: Comprising the History, Description, and Scientific Principles of Every Branch of Human Knowledge : with the Derivation and Definition of All the Terms in General Use . Harper & Brothers. p. 369.
↑ Kalpakjian, Serope, 1928- (1984). Manufacturing processes for engineering materials . Reading, Mass.: Addison-Wesley. p. 30. ISBN 0-201-11690-1 . OCLC 9783323 . CS1 maint: Multiple names: authors list (link)
↑ "Ductility - What is Ductile Material" . Nuclear Power (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2020-11-14 .
↑ Budynas, Richard G. (2015). Shigley's Mechanical Engineering Design—10th ed . McGraw Hill. p. 233. ISBN 978-0-07-339820-4 . .
↑ Chandler Roberts-Austen, William (1894). An Introduction to the Study of Metallurgy . London: C. Griffin. p. 16.
↑ Ductility and its effect on material failure. The Engineering Archive. (n.d.). https://theengineeringarchive.com/material-science/page-ductility-material-failure.html
↑ "Malleability - Malleable Materials" . Nuclear Power (in i-English). Archived from the original on 2020-09-25. Kulandwe ngomhlaka 2020-11-14 .
↑ DOE FUNDAMENTALS HANDBOOK MATERIAL SCIENCE . 1, Module 2 – Properties of Metals. U.S. Department of Energy. January 1993. p. 25.