YouTube, LLC
Uhlobo Uphiko we Google, limited liability company
Founded ngoNhlolanja 14, 2005 (2005-02-14)
Ekomkhulu 901 Cherry Ave, San Bruno,
California
, Izifunda Ohlangeneyo seMelika
Indawo wakhonza Umhlaba jikelele (ngaphandle kokuthi amazwe ivinjiwe)
(Um/Aba)sunguli Steve Chen, Chad Hurley, no Jawed Karim
Key people Susan Wojcicki (CEO)
Chad Hurley (Advisor)
Imboni Internet
Parent Independent (2005–2006)
Google (2006–yamanje)
Isiqubulo Broadcast Yourself (2005–2012)
Ukukhangisa Google AdSense
Umkhankaso ngoNhlolanja 14, 2005 (2005-02-14)

I-Youtube iyiwebhusayithi lapho ungabuka amavidiyo alayishwe abantu abaningi abavela kumhlaba jikelele. Ungadala i-akhawuntu nawe ukuze ulayishe ividiyo. Le webhusayithi ethandwa kakhulu yintsha kamye nabantu abadala idume kakhulu emelika ngoba kulapho yasungulwa khona. Ungadala amavidiyo ngelimi lakho futhi ngokuzithandela, kodwa i-YouTube iNemigomo neMibandela kumele uqaphele ukuthi ulayisha ini, ngoba kungahle kube nabantu abafuna ukukulimaza abafuna ukwazi ukuthi uhlala kuphi.

Akumele ulayishe ividiyo ngenhloso yokulimaza omunye omuntu. Akumele ulayishe ividiyo enobunqunu. Akumele ulayishe ividiyo enyanyisayo.

Lokhu eminye Imigomo Nemibandela ekhona ku-YouTube. Uma uthanda ungazifundela yona ku www.youtube.com.

Uma ungalayisha ividiyo ehlukumeza omunye umuntu, ividiyo yakho ingahlatshiwa umkhosi, makuqeda isusiwe ku-youtube.

Umphakathi we-YouTube mkhulu kakhulu.

I-YouTube ingatholakala manje ngolimi lwesiZulu. Manje usengathola lewebhusayithi ngolimi lakho (isiZulu)

Amakhasi ngaphandle

[hlela | Hlela umthombo]