Fikile April Mbalula wazalwa mhla zi-8 ku Mbasa 1971 ongusopoliti waseNingizimu[1] Afrika futhi ungunobhala-jikelele we-I-African National Congress (ANC) kusukela ngoZibandlela 2022. Wayengu Ngqogqoshe weKhabinethi kusuka ngonyaka ka-2010 kuya ku 2023, waba nguNgqongqoshe Wezokuthutha kusukela ngo-2019 kuya ku-2023.

UMbalula waduma kwezombusazwe kazwelonke njengoMongameli we-I-ANC Youth League kusuka ngo 2004 kuya ku-2008. Phakathi nalesi sikhathi, waba umsekeli oqondile ka Jacob Zuma, amsekela engqungqutheleni ye-ANC ngo-2007 ePolokwane. Engqungqutheleni efanayo, wakhethwa ukuba abe seKomidini Ebusayo Kazwelonke ye-ANC okokuqala ,futhi waba yinhloko yeqembu yokhetho nokuhleleka, lapho ahlela khona umkhankaso wayo okhethweni lukazwelonke ngo-2009. Waqhubeka nokudlala indima ebalulekile emikhankasweni yokhetho yeANCkazw eyalandela.

Inkomba

[hlela | Hlela umthombo]
  1. https://www.timeslive.co.za/amp/politics/2024-08-19-please-pray-for-floyd-he-wont-last-mbalula-on-shivambus-move-to-mk-party/